ukhozifm
May 22
190
4.2K
1
1.79%
#IthungelwaEbandla Namhlanje sibheka ukuthi ngabe abantu besilisa banalo yini ulwazi mayelana nokuya esikhathini komuntu wesifazane. Ngabe bayakhuluma nezingane zabo zamantombazane nezabafana ukuze zazi ukuthi udadewabo uzodlula kwesiphi isikhathi njalo ngenyanga? Umama wasekhaya yena? Ngabe niyaxoxa ngalokhu okwenzeka emzimbeni wakhe, uyamthengela akudingayo noma awusondeli kulezo? Uma kunjalo, yini ekwenza uhambele kude? Sithumele iVN-071 613 6667 noma usibhalele khona la. #Dankie1223 #UkhoziFM
ukhozifm
May 22
190
4.2K
1
1.79%
Cost:
Manual Stats:
Include in groups:
Products:
